Uzozikhandla uzikhathaze wena nalaba bantu onabo, ngokuba lo msebenzi mkhulu kakhulu kunawe, awunakukwazi ukuwenza uwedwa.
UDuteronomi 1:9 - IsiZulu 2020 “Nganitshela ngaleso sikhathi, ngathi: ‘Anginakunithwala ngedwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngakhuluma kini ngaleso sikhathi, ngathi: ‘Anginakunithwala mina ngedwa; Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakhuluma kini ngaleso sikhathi, ngathi: Anginakunithwala ngedwa; |
Uzozikhandla uzikhathaze wena nalaba bantu onabo, ngokuba lo msebenzi mkhulu kakhulu kunawe, awunakukwazi ukuwenza uwedwa.
Ngiyokwehla ngikhulume nawe lapho. Ngiyothatha okomoya ophezu kwakho, ngikubeke kuwo. Ayowuthwalisana nawe umthwalo wabantu, awuyukuwuthwala wedwa.