Liyini ithemba longenankulunkulu nxa enqunywa, lapho uNkulunkulu ethatha umphefumulo wakhe na?
UDuteronomi 1:45 - IsiZulu 2020 Nabuya, nakhala phambi kukaSimakade, kodwa uSimakade akalilalelanga izwi lokukhala kwenu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nabuye nakhala phambi kukaJehova, kepha uJehova akalalelanga izwi lenu, kanizwanga. Contemporary Zulu Bible 2024 Nabuya nakhala phambi kukaJehova; kepha uJehova akalilalelanga izwi lakho, akakuzwanga. |
Liyini ithemba longenankulunkulu nxa enqunywa, lapho uNkulunkulu ethatha umphefumulo wakhe na?
khona bayakungibiza, kodwa angiyukuphendula; bayakungifunisisa, kodwa ngeke bangifumane,
Wayesebachazela konke okusemibhalweni ngaye, kusukela kuMose nakubaphrofethi bonke.
Siyazi ukuthi uNkulunkulu akazilaleli izoni, kodwa uma umuntu emesaba uNkulunkulu, enza intando yakhe, uyamlalela lowo.
Niyazi ukuthi kamuva esethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, akabe esalithola ithuba lokuphenduka, nakuba esekufunisisa ngezinyembezi.