Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDaniyeli 8:12 - IsiZulu 2020

Kwabekwa impi yokulwa nomnikelo oshiswa imihla yonke ngesiphambeko: lwaphonsa phansi iqiniso, lwenza njengentando yalo, lwaba nempumelelo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwabekwa impi yokulwa kanye nomnikelo oshiswa imihla yonke ngesiphambeko: lwaphonsa phansi iqiniso, lwenza njengentando yalo, lwaba nempumelelo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ibutho lanikwa kuye kanye nomnikelo oshiswa imihla yonke ngenxa yesiphambeko, lawisa iqiniso phansi; futhi lwenza, lwaba nempumelelo.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDaniyeli 8:12
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amathende abaphangi anokuthula, abachukuluza uNkulunkulu balondekile, labo abaletha onkulunkulu babo ngezandla zabo.


Ukulunga kwakho kungukulunga okuphakade; umthetho wakho uyiqiniso.


Ungalisusi emlonyeni wami izwi leqiniso, ngokuba ngiyazethemba izehlulelo zakho.


Ngokuba abayinaki imisebenzi kaSimakade, nokwenziwe yizandla zakhe. Uyobadiliza, angabe esabakha kabusha.


Ubulungiswa bubuyiselwe emuva, nokulunga kuma le kude, ngokuba iqiniso liyakhubeka esigcawini, nobuqotho abukwazi ukungena.


Wena, Simakade, ulungile, noma ngikumangalela. Nokho ngiyakukhuluma nawe ngokwehlulela: kungani indlela yezikhohlakali ichuma na? Kungani banethezeke abakhohlisi boqobo na?


Bese ibuyela ezweni lakubo inempahla eningi, inhliziyo yayo imelane nesivumelwano esingcwele; isikwenzile lokho, iyakubuyela ezweni lakubo.


Kuthe ngisabuka, lolo phondo lwalwa nabangcwele, lwabehlula,


Ngabona inqama igasela entshonalanga, enyakatho, naseningizimu; kwakungekho silo esasingama phambi kwayo, kwakungekho ongophula esandleni sayo, kepha yenza njengentando yayo, yazikhulisa.


Sanikwa ukuba silwe nabangcwele, sibanqobe. Sanikwa futhi igunya phezu kwemindeni yonke, abantu, izilimi, nezizwe.


UDavide wayazi ukuthi uSawule uceba okubi ngaye; wathi ku-Abhiyathara, umphristi: “Letha ingubo yamahlombe.”