Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDaniyeli 6:15 - IsiZulu 2020

Ayesebuthana lawo madoda aya enkosini, athi kuyo: “Yazi, nkosi, ukuthi kungumthetho wamaMede namaPheresiya ukuba kungaguqulwa siyalezo nasimiso esimiswa yinkosi.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ayesebuthana lawo madoda enkosini, athi enkosini: “Yazi, nkosi, ukuthi kungumthetho wamaMede namaPheresiya ukuba kungaguqulwa isiyalezo nesimiso esimiswa yinkosi.”

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Lawa madoda ayesebuthana nenkosi, athi enkosini: “Yazi, nkosi, ukuthi umthetho wamaMede namaPheresiya uthi akukho simemezelo nesimiso inkosi esimisayo esingaguqulwa.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDaniyeli 6:15
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kodwa umbhalo olotshwe egameni lenkosi wagxivizwa ngesigxivizo sasebukhosini, awusoze waguqulwa. Nokho-ke, nina nobabili ningababhalela abaJuda noma yini eniyifisayo; ningayibhala egameni lami, nifake isisicilelo sasebukhosini.”


Asondela phambi kwenkosi, akhuluma kuyo ngesiyalezo sayo, athi: “Awukhiphanga yini umthetho othi yilowo nalowo ocela kunoma yimuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingama-30, ngaphandle kwakho nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama na?” Inkosi yaphendula yathi: “Kuyiqiniso lokho ngokomthetho wamaMede namaPheresiya ongenakuguquka.”


Manje, nkosi, khipha isimemezelo, ulobe umbhalo ongenakuguqulwa ngokomthetho wamaMede namaPheresiya ongenakuguquka.”