Izizwe ngazithuthumelisa ngomsindo wokuwa kwawo, lapho ngiwehlisela endaweni yabafileyo, nalabo abehlela egodini. Yaduduzwa phansi komhlaba yonke imithi yase-Edene ekhethekileyo neyaseLebhanoni emihle, nayo yonke eniseliweyo.
UDaniyeli 4:20 - IsiZulu 2020 Isihlahla osibonileyo, sakhula, saqina, obude baso bufinyelela ezulwini nokubonakala kwaso kwaze kwaba sekugcineni komhlaba; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umuthi owawubonayo, owakhula, waqina, obude bawo bafinyelela ezulwini nokubonakala kwawo kwaze kwaba sekugcineni komhlaba; Contemporary Zulu Bible 2024 Umuthi owubonileyo, owamila, waqina, okuphakama kwawo kwafinyelela ezulwini, nobuso bawo bufika emhlabeni wonke; |
Izizwe ngazithuthumelisa ngomsindo wokuwa kwawo, lapho ngiwehlisela endaweni yabafileyo, nalabo abehlela egodini. Yaduduzwa phansi komhlaba yonke imithi yase-Edene ekhethekileyo neyaseLebhanoni emihle, nayo yonke eniseliweyo.
Cabanga nje i-Asiriya, elalingumsedari waseLebhanoni; unamagatsha amahle, namaqabunga anomthunzi, nesiqu esiphakemeyo; isihloko sawo sifinyelela emafini.
omaqabunga aso ayemahle, nezithelo zaso ziziningi, kukhona kuso ukudla kwabo bonke; izilwane zasendle zahlala phansi kwaso, nezinyoni zezulu zakhela emagatsheni aso: