Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:3 - IsiZulu 2020

Isandla sakho sokhohlo besiyokuba phansi kwekhanda lami, nesokunene, singigone.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Isandla sakhe sokhohlo besiyakubaphansi kwekhanda lami, nesokunene sakhe besiyakungigona.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Isandla sakhe sokhohlo kumelwe sibe ngaphansi kwekhanda lami, nesandla sakhe sokunene siyongigona.

Uka jalj uñjjattʼäta



IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:3
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umkhono wakho wakwesokhohlo ungumqamelo wekhanda lami kuthi owangakwesokunene ungigone ngawo.


Bengizakukuhola ngikuse endlini kamame owangifundisa; mina ngikuphuzise iwayini elithakwe ngezinongo, nesiphuzo sami samahananadi.


Madodakazi aseJerusalema ngiyaniyala, ningalunyakazisi noma niluvuse uthando luze luzivukele lona.


Kodwa yathi kimi: “Umusa wami ukwanele, ngokuba amandla ami ayapheleliswa ebuthakathakeni.” Ngakho-ke kunalokho ngiyakujabulela ukuzigabisa ngobuthakathaka bami, ukuze amandla kaKhristu ahlale phezu kwami.


UNkulunkulu wasemandulo uyisiphephelo nangaphansi zikhona izingalo ezingunaphakade; wazixosha izitha phambi kwakho wathi: ‘Bhubhisa.’