NguSimakade Wamabandla ocebe lokho, ukuba konakaliswe ukuziphakamisa kwabo bonke ubukhosi, badeleleke bonke abadumileyo bomhlaba.
Obadiya 1:2 - IsiZulu 2020 Uyabonake, ngiyakukwenza ube mncane kwabezizwe; ubukelwe phansi ngokwedlulele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Bheka, ngiyakukwenza ube mncane phakathi kwabezizwe; udeleleke kakhulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, ngikwenze waba mncane phakathi kwezizwe; udelelekile kakhulu. |
NguSimakade Wamabandla ocebe lokho, ukuba konakaliswe ukuziphakamisa kwabo bonke ubukhosi, badeleleke bonke abadumileyo bomhlaba.
“Ngokuba bheka, ngizakukwenza ube mncane phakathi kwezizwe, udelelwe phakathi kwabantu.
IGibhithe liyakuba ngumbuso othobekileyo kuneminye imibuso, futhi alisayukuziphakamisa kwezinye izizwe, ngiyakulithena amandla ukuba lingazibusi izizwe.
Isitha sami siyakukubona, sikhungathwe ngamahloni, leso ebesithi kimi: “Uphi uSimakade uNkulunkulu wakho na? Amehlo ami ayakusibona, manje siyakunyathelwa njengodaka emigwaqweni.
U-Edomi uyakuba yisabelo sakhe neSeyire izitha zakhe zibe yifa lakhe. U-Israyeli uyakudlondlobala ngamandla.