NgokukaMarku 8:8 - IsiZulu 2020 Abantu badla, basutha, babutha imvuthuluka eningi eyayisele, yagcwala iziqabetho eziyisikhombisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Badla, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, amaqoma ayisikhombisa. Baasraak Zulu New Testament Bible Badla, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, amaqoma ayisikhombisa. Contemporary Zulu Bible 2024 Badla, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, amaqoma ayisikhombisa. |
Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eyayisele, yagcwala iziqabetho ezili-12.
Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, yagcwala iziqabetho eziyisikhombisa.
Nezinkwa eziyisikhombisa ezondla izi-4 000 nokuthi nabutha iziqabetho ezingaki na?
Ningasebenzeli ukudla okuphelayo, kepha ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyakunipha khona iNdodana yomuntu, ngokuba uYise uNkulunkulu ubekile uphawu lwakhe kuyo.”