Wayeseyala izixuku ukuba zihlale phansi otshanini, wathatha izinkwa ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wakubusisa, wakuhlephula, wakunika abafundi, baphakela izixuku.
NgokukaMarku 8:7 - IsiZulu 2020 Babenezinhlanzana futhi eziyingcosana; nazo wazibusisa, wabayala ukuba basabele zona. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Babe nezinhlanzana eziyingcosana futhi; esezibusisile wathi abababele nazo. Baasraak Zulu New Testament Bible Babanezinhlanzana eziyingcosana; wabusisa, wathi mazibekwe phambi kwabo nazo. Contemporary Zulu Bible 2024 Babanezinhlanzana eziyingcosana; wabusisa, wathi mazibekwe phambi kwabo nazo. |
Wayeseyala izixuku ukuba zihlale phansi otshanini, wathatha izinkwa ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wakubusisa, wakuhlephula, wakunika abafundi, baphakela izixuku.
Wayeseyala isixuku ukuba sihlale phansi; wazithatha izinkwa eziyisikhombisa, wabonga, wazihlephula, wabanika abafundi bakhe ukuze basabele; basabela-ke isixuku.
“Ubhekelani uthi olusesweni lomfowenu, ube ungaluboni ugongolo olukwelakho iso na?
UJesu wathi kubo: “Bantwana, aninakho yini ukudla na?” Bamphendula bathi: “Qha.”