abahlala emathuneni, balale ezindaweni ezisithekileyo, abadla inyama yezingulube, benomhluzi wezinto ezinengekayo ezitsheni zabo,
NgokukaMarku 5:3 - IsiZulu 2020 Lowo muntu wayesehlala emathuneni, kungasekho muntu owayengambopha ngeketango, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayehlala emathuneni, kungasekho muntu ongambopha nangeketanga; Baasraak Zulu New Testament Bible owayehlala emangcwabeni; futhi kwakungekho muntu owayengayibopha, cha, nangamaketanga; Contemporary Zulu Bible 2024 Owayehlala emangcwabeni; futhi kwakungekho muntu owayengayibopha, cha, nangamaketanga; |
abahlala emathuneni, balale ezindaweni ezisithekileyo, abadla inyama yezingulube, benomhluzi wezinto ezinengekayo ezitsheni zabo,
Kwathi lapho esephumile esikebheni, wahlangana masinyane nomuntu ovela emathuneni, onomoya ongcolileyo.
ngokuba wayeseboshwe kaningi ngozankosi nangamaketango, kodwa ewagqabula amaketango, futhi ephule nozankosi. Kwakungekho noyedwa owayenamandla okumthambisa.
ngokuba uJesu wayesewuyalile lo moya omubi ukuba uphume kulo muntu. Izikhathi eziningi, lo moya wawusumbambe kaningana, kwale noma eseboshwe ngozankosi nangamaketango ezinyaweni, eqashelwe. Wayezigqabula izibopho; wayeqhutshwa yilawo madimoni, amuyise ehlane.