Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.
NgokukaMarku 5:16 - IsiZulu 2020 Labo ababezibonele ngawabo, babalandisa ukuthi kwenzekeni kulowo muntu owayenamadimoni, nokwenzeka ezingulubeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ababekubonile babatshela ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni, nangezingulube. Baasraak Zulu New Testament Bible Lababekubonile babalandisa ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni nangezingulube. Contemporary Zulu Bible 2024 Lababekubonile babalandisa ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni nangezingulube. |
Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.
Bafika kuJesu, bambona obenamadimoni ehlezi embethe, futhi esesangulukile engqondweni, lowo owayenoLegiyona; base besaba.
Kuthe lapho uJesu engena esikebheni, lowo owayenamadimoni, wamncenga ukuba ahambe naye.