Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




NgokukaMarku 5:11 - IsiZulu 2020

Kwakukhona lapho ngasentabeni umhlambi omkhulu wezingulube owawuklabile.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwakukhona lapho ngasentabeni umhlambi omkhulu wezingulube ziklabile.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Kwakukhona lapho umhlambi omkhulu wezingulube uklabile entabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kwakukhona lapho umhlambi omkhulu wezingulube uklabile entabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta



NgokukaMarku 5:11
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

abahlala emathuneni, balale ezindaweni ezisithekileyo, abadla inyama yezingulube, benomhluzi wezinto ezinengekayo ezitsheni zabo,


Ohlaba inkunzi uyefana nobulale umuntu; ohlaba iwundlu, unjengophule intamo yenja; onikela ngomnikelo wokusanhlamvu, uyafana nonikele ngegazi lezingulube; oshisa impepho, uyafana nobonga isithombe; yebo, bonke laba bakhethe izindlela zabo, futhi nemiphefumulo yabo iyathokoza ngezinengiso zabo.


“Ningaziniki izinja okungcwele, ningawaphonsi amapharele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo, ziphenduke, zinidwengule.


Kwakukhona buqamama umhlambi omkhulu wezingulube, ziklabile.


Wayesemncenga kakhulu ukuba angabaxoshi kulelo lizwe.


Yamncenga imimoya engcolileyo, yathi: “Sithumele ezingulubeni ukuze singene kuzo.”


Kwakukhona budebuduze entabeni umhlambi omkhulu wezingulube owawuklabe lapho. Amncenga ukuba awavumele ukuba angene kuzo, nempela wawavumela.


nengulube, nakuba yehlukene izinselo, kodwa ayetshisi; ingcolile kini; aniyukuyidla inyama yazo, aniyukuzithinta izidumbu zazo.