Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




NgokukaMarku 5:10 - IsiZulu 2020

Wayesemncenga kakhulu ukuba angabaxoshi kulelo lizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wamncenga kakhulu ukuba angabamukisi kulelo zwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Wamncenga kakhulu ukuthi angabamukisi kulelo zwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Wamncenga kakhulu ukuthi angabamukisi kulelo zwe.

Uka jalj uñjjattʼäta



NgokukaMarku 5:10
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nezazimthetho ezazehlile zivela eJerusalema, zathi: “UnoBhelzebhule, ukhipha amadimoni ngombusi wamadimoni.”


Kwakukhona lapho ngasentabeni umhlambi omkhulu wezingulube owawuklabile.


Wayivumela. Yaphuma-ke imimoya engcolileyo, yangena ezingulubeni. Umhlambi wakhalakathela eweni, waphonseka olwandle; lowo mhlambi wawuyizi-2 000 zezingulube, ezaminza olwandle.


Wayesembuza ethi: “Ungubani igama lakho na?” Waphendula wathi kuye: “NginguLegiyona igama lami, ngokuba sibaningi.”