Bafinyelela ngaphesheya kolwandle, ezweni lamaGerasa.
Base befika phesheya kolwandle ezweni lamaGerasa.
Bafika ngaphesheya kolwandle ezweni lamaGadara.
Kuthe sekuhlwile ngalolo lusuku, wathi kubo: “Asiwelele ngaphesheya.”
Base beba nokwesaba okukhulu, bakhuluma bodwa, bathi omunye komunye: “Kanti ungubani lo, lokhu ngisho umoya nolwandle kuyamlalela na?”