NgokukaMarku 4:9 - IsiZulu 2020 Wayesethi: “Onezindlebe zokuzwa makezwe.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesethi: “Onezindlebe zokuzwa makezwe.” Baasraak Zulu New Testament Bible Wasesithi kubo: Onezindlebe zokuzwa makezwe. Contemporary Zulu Bible 2024 Wasesithi kubo: Onezindlebe zokuzwa makezwe. |
Enye imbewu yawela emhlabathini ovundileyo; yaqhuma, yakhula, yathela isithelo. Enye yathela ngama-30, enye ngama-60, enye ngekhulu.”
Ngakho-ke qaphelani ukuthi nizwa kanjani, ngokuba yilowo nalowo onakho, uyakuphiwa, kodwa lowo ongenakho, uyakwemukwa nalokho anakho.”
“ ‘Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo akasoze oniwa ngukufa kwesibili.’
“ ‘Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila osePharadisi likaNkulunkulu.’