Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, kuthi xaxa, kodwa lowo ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.
NgokukaMarku 4:25 - IsiZulu 2020 Ngokuba onakho uyakuphiwa, kodwa ongenakho uyakwemukwa ngisho nalokho anakho.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba onakho uyakuphiwa; kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba onakho uyakuphiwa, kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba onakho uyakuphiwa, kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho. |
Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, kuthi xaxa, kodwa lowo ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.
Wayesethi: “Umbuso kaNkulunkulu unje: ufana nomhlwanyeli ophonsa imbewu emhlabathini,
Ngakho-ke qaphelani ukuthi nizwa kanjani, ngokuba yilowo nalowo onakho, uyakuphiwa, kodwa lowo ongenakho, uyakwemukwa nalokho anakho.”
Yilelo nalelo gatsha elikimi, elingatheli izithelo, uyalisusa. Kepha yilelo nalelo elithela izithelo, uyalithena ukuze lithele kakhulu.