Umuntu akasokheli isibani asibeke phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini ukuze sibakhanyisele bonke abasendlini.
NgokukaMarku 4:21 - IsiZulu 2020 UJesu wayesethi kubo: “Ngabe isibani siyabekwa yini phansi kwesitsha noma phansi kombhede; kanti asibekwa othini na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesethi kubo: “Imbala isibani siza ukuba sibekwe phansi kwesitsha nokuba phansi kombhede yini, singabekwa othini, na? Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi kubo: “Isibani siyalethwa ukuba sibekwe phansi kwesitsha noma ngaphansi kombhede na? futhi hhayi ukuthi ibekwe othini lwesibani? Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi kubo: “Isibani siyalethwa ukuba sibekwe phansi kwesitsha noma ngaphansi kombhede na? futhi hhayi ukuthi ibekwe othini lwesibani? |
Umuntu akasokheli isibani asibeke phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini ukuze sibakhanyisele bonke abasendlini.
“Akukho muntu othi angokhela isibani asibeke ekusithekeni, phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini ukuze abangenayo babone ukukhanya.
“Akekho othi angokhela isibani, bese esimboza ngesitsha noma asibeke phansi kombhede, kodwa usifaka othini, ukuze abangenayo babone ukukhanya.