Usho kanje uSimakade kubantu bakwaJuda nabaseJerusalema, uthi: “Qathani umqatho wenu, ningatshali phakathi kwameva.
NgokukaMarku 4:18 - IsiZulu 2020 Abahlwanyelwe emeveni yilabo abathi sebelizwile izwi, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abanye bangabahlwanyelwe emeveni; yibo abalizwile izwi, Baasraak Zulu New Testament Bible Laba yilabo abahlanyelwe emeveni; abalizwayo izwi, Contemporary Zulu Bible 2024 Laba yilabo abahlanyelwe emeveni; abalizwayo izwi, |
Usho kanje uSimakade kubantu bakwaJuda nabaseJerusalema, uthi: “Qathani umqatho wenu, ningatshali phakathi kwameva.
Lokho okuhlwanyelwe emeveni, yilowo ozwa izwi, kuthi iminako yalesi sikhathi nokukhohlisa kwengcebo kuliminyanise izwi, abe ngongatheliyo.
kodwa lingagxili kubo, ngokuba kabanampande; bahlala isikhashana nje, kuthi lapho kuvela ukuhlupheka nokuzingelwa ngenxa yezwi, bahlubuke ngokushesha.
kodwa liminyaniswe yiminako yalesi sikhathi: ukukhohlisa kwengcebo, nokunxanela ezinye izinto. Lokhu kuyangena kuliminyanise izwi, bese liba ngelingatheliyo.
Abawele emeveni, yilabo okuthi sebelizwile izwi, bahambe, baminyaniswe yiminako, yingcebo, nenjabulo yokuphila, bangatheli izithelo eziqhamileyo.