Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




NgokukaMarku 15:8 - IsiZulu 2020

Isixuku sakhuphuka saya kuPilatu siyomcela ukuba asenzele njengalokhu ayejwayele ukusenzela.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Isixuku senyuka, saqala ukucela ukuba abenzele njengalokho ebehleze ebenzela.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Isixuku sase simemeza saqala ukucela ukuba enze njengalokho ebevame ukwenza kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Isixuku sase simemeza saqala ukucela ukuba enze njengalokho ebevame ukwenza kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta



NgokukaMarku 15:8
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Niyoligcina kuze kube lusuku lweshumi nane lwayo le nyanga, bese kuthi wonke umphakathi wakwa-Israyeli uhlabe amawundlu phakathi kwamabili.


Kwakuthi njalo ngomkhosi, umbusi akhululele isixuku isiboshwa sibe sinye esisithandayo.


UJesu wasuka lapho, waya ezifundeni eJudiya nangaphesheya kweJordani. Izixuku zabuye zabuthana kuye, waphinda wabafundisa abantu njengasemihleni.


Kwakukhona omunye owayebizwa ngoBharabha, owayeboshwe namahlubuka, okwathi ngesikhathi sokuhlubuka, babulala umuntu.


Kepha uPilatu wabaphendula, wathi: “Nithanda ukuba nginikhululele inkosi yabaJuda na?”