Omunye wathi kumuntu owembethe ilineni, owayephezu kwamanzi omfula: “Ziyakuphela nini lezi zimangaliso na?”
NgokukaMarku 13:4 - IsiZulu 2020 bathi: “Sitshele ukuthi lokhu kuyakwenzeka nini, nokuthi siyakuba yini isibonakaliso, nesikhathi okuyakufezeka ngaso konke lokhu na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE bathi: “Sitshele ukuthi lokhu kuyakuba nini, nesibonakaliso siyakuba yini, lapho sekuyakufezeka konke lokhu, na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Sitshele, lezizinto zizakuba nini? futhi siyakuba yini isibonakaliso lapho zonke lezi zinto seziyogcwaliseka na? Contemporary Zulu Bible 2024 Sitshele, lezizinto zizakuba nini? futhi siyakuba yini isibonakaliso lapho zonke lezi zinto seziyogcwaliseka na? |
Omunye wathi kumuntu owembethe ilineni, owayephezu kwamanzi omfula: “Ziyakuphela nini lezi zimangaliso na?”
Ngakuzwa, kepha angiqondanga, ngase ngithi: “Nkosi yami, isiphetho salokho siyakuba yini na?”
Esahleli eNtabeni Yeminqumo, abafundi beza kuye ngasese, bathi: “Sitshele ukuthi lokhu kuyakwenzeka nini, futhi siyakuba yini isibonakaliso sokufika kwakho, nomhla wokuphela na?”
Esahlezi eNtabeni Yeminqumo, maqondana nethempeli, uPhethro, uJakobe, uJohane, no-Andreya bambuza ngasese,
Base bembuza bethi: “Mfundisi, lokhu kuyakwenzeka nini, futhi siyakuba yini isibonakaliso sokuthi sekuzakwenzeka na?”