Ngokushesha, zathatha kwaba yileyo naleyo ingubo yayo, zazibeka phansi kwakhe esikhwelweni, zase zibetha icilongo, zathi: “UJehu uyinkosi.”
NgokukaMarku 11:8 - IsiZulu 2020 Abaningi bendlala izingubo zabo endleleni, abanye amahlamvu ababewagawule endle. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abaningi bendlala izingubo zabo endleleni, abanye amahlamvu ababewagawule endle. Baasraak Zulu New Testament Bible Abaningi bendlala izingubo zabo endleleni, kepha abanye bagawula amagatsha emithini, bawandlala endleleni. Contemporary Zulu Bible 2024 Abaningi bendlala izingubo zabo endleleni, kepha abanye bagawula amagatsha emithini, bawandlala endleleni. |
Ngokushesha, zathatha kwaba yileyo naleyo ingubo yayo, zazibeka phansi kwakhe esikhwelweni, zase zibetha icilongo, zathi: “UJehu uyinkosi.”
Ngosuku lokuqala niyothatha izithelo zemithi emihle, amagatsha amasundu, namagatsha emithi edumbileyo, neminyezane yemifula, nithokoze phambi kukaSimakade uNkulunkulu wenu, izinsuku eziyisikhombisa.
Isixuku esikhulu sendlala izingubo zaso endleleni, abanye bagawula amagatsha emithi, bawendlala endleleni.
Labo ababehamba phambili nalabo ababelandela, bamemeza bathi: “Hosana! Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi.