Bafika eJerusalema. UJesu wangena ethempelini, waqala ukuxosha abathengisayo nabathengayo ethempelini. Wagumbuqela amatafula alabo ababeshintshelana imali, nezihlalo zabathengisa ngamajuba.
NgokukaMarku 11:16 - IsiZulu 2020 Akavumelanga muntu ukuba adabule ethempelini ethwele umthwalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE wayengavumi ukuba umuntu adabule ithempeli ethwele isitsha. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayengavumeli muntu ukuthi adabule ithempeli ethwele isitsha. Contemporary Zulu Bible 2024 Wayengavumeli muntu ukuthi adabule ithempeli ethwele isitsha. |
Bafika eJerusalema. UJesu wangena ethempelini, waqala ukuxosha abathengisayo nabathengayo ethempelini. Wagumbuqela amatafula alabo ababeshintshelana imali, nezihlalo zabathengisa ngamajuba.
Wafundisa, wathi kubo: “Akulotshiwe yini ukuthi: ‘Indlu yami iyakubizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka yezizwe zonke’ na? Kodwa nina seniyiphendule umhume wabaphangi.”