NgokukaMarku 10:44 - IsiZulu 2020 nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu, makabe yinceku yabo bonke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu makabe yinceku yabo bonke. Baasraak Zulu New Testament Bible njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yabo bonke. Contemporary Zulu Bible 2024 njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yabo bonke. |
Kepha akunjalo phakathi kwenu, kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu, makabe yisikhonzi senu,
Ngokuba nayo iNdodana yomuntu ayizelanga ukukhonzwa, kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”
Wahlala phansi, wabiza abali-12, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, makabe ngowokugcina kubo bonke, nesikhonzi sabo bonke.”
Kepha wazidela, wathatha isimo senceku, wazalwa waba ngumuntu, wabonakala enesimo somuntu.