Ukuziqhenya kudala ingxabano yodwa, kodwa kulabo abemukela ukwelulekwa kukhona ukuhlakanipha.
NgokukaMarku 10:41 - IsiZulu 2020 Kwathi ukuba abalishumi bakuzwe lokho, base bebathukuthelela oJakobe noJohane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bathi ukuzwa lokho abayishumi, baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi abayishumi bekuzwa baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi abayishumi bekuzwa baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane. |
Ukuziqhenya kudala ingxabano yodwa, kodwa kulabo abemukela ukwelulekwa kukhona ukuhlakanipha.
UJesu wayesebabiza, wathi kubo: “Niyazi ukuthi abangababusi bezizwe babusa ngesandla esiqinile, nezikhulu zazo zibaphatha ngonya.
UJesu wayesethi kubo: “Ababusi bezizwe bazithwalisa kanzima izizwe, nalabo abayiziphathimandla babizwa ngokuthi ngabenzi bokuhle.
Ningenzi lutho ngombango nangokuziphakamisa okuyize, kodwa ngokuzithoba, nazise abanye ngokungathi bakhulu kunani.
Nicabanga ukuthi kuyize yini lokhu okushiwo wumbhalo, othi: “Umoya awubeka kithi uwunxanela ngomhawu” na?