Ayesevuleka amehlo azo. UJesu wazidonsa ngendlebe, wathi: “Qaphelani ukuba lokhu kungaziwa muntu.”
NgokukaMarku 1:43 - IsiZulu 2020 Esemdonsile ngendlebe, wammukisa ngokushesha, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esemyalisisile washesha wammukisa, Baasraak Zulu New Testament Bible Waseyilaya kakhulu, wayimukisa masinyane; Contemporary Zulu Bible 2024 Waseyilaya kakhulu, wayimukisa masinyane; |
Ayesevuleka amehlo azo. UJesu wazidonsa ngendlebe, wathi: “Qaphelani ukuba lokhu kungaziwa muntu.”
wathi kuye: “Uyabona-ke, ungathi vu kumuntu, kodwa hamba uzibonakalise kumphristi, unikele ngenxa yokuhlanjululwa kwakho, njengalokhu kwayala uMose, kube ngubufakazi kubo.”
UJesu wabadonsa ngendlebe ukuba lokhu kungaziwa muntu, futhi wabatshela ukuba bayiphe ukudla intombazane.
Wabadonsa ngendlebe ukuba bangatsheli muntu. Kepha kwathi noma ebayalisisa kwaba sengathi uyababhebhezela, bayisabalalisa kakhulu indaba.
Abazali bayo bamangala. UJesu wabayala ukuba bangatsheli muntu ngalokho okwenzekileyo.