“Izwi lami alinjengomlilo yini, nanjengesando esiqhekeza idwala na?” kusho uSimakade.
NgokukaMarku 1:22 - IsiZulu 2020 Abantu bamangaliswa ngukufundisa kwakhe, ngokuba wayebafundisa njengonegunya, hhayi njengezazimthetho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bamangala ngokufundisa kwakhe; ngokuba wabafundisa njengonamandla, kungenjengababhali. Baasraak Zulu New Testament Bible Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali. Contemporary Zulu Bible 2024 Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali. |
“Izwi lami alinjengomlilo yini, nanjengesando esiqhekeza idwala na?” kusho uSimakade.
Esefikile emzini wakubo, wabafundisa esinagogeni labo, baze bamangala, bathi: “Lo ngabe ukuthatha kuphi lokhu kuhlakanipha nala mandla na?
Khona manjalo esinagogeni labo kwakukhona umuntu onomoya ongcolileyo, wamemeza,
ngokuba Mina ngiyakunifunza amazwi nokuhlakanipha abangayukwazi ukumelana nakho noma baphikisane nakho bonke labo abalwa nani.
sizilahlile izinto ezifihliwe zehlazo, asihambi ngobuqili, futhi asiliphambanisi izwi likaNkulunkulu, kodwa ngokuveza obala iqiniso, sizincoma kunembeza wabantu bonke phambi kukaNkulunkulu.