Kwanele uma umfundi enjengomfundisi wakhe, nenceku injengenkosi yayo. Uma umninindlu bembize ngokuthi uBhelzebhule, kakhulu kangakanani abendlu yakhe.
Mathewu 9:34 - IsiZulu 2020 Kepha abaFarisi, bathi: “Ukhipha amadimoni ngombusi wamadimoni.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha abaFarisi bathi: “Ukhipha amademoni ngenkosi yamademoni.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha abaFarisi bathi: “Ukhipha amademoni ngombusi wamademoni. Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha abaFarisi bathi: “Ukhipha amademoni ngombusi wamademoni. |
Kwanele uma umfundi enjengomfundisi wakhe, nenceku injengenkosi yayo. Uma umninindlu bembize ngokuthi uBhelzebhule, kakhulu kangakanani abendlu yakhe.
Kwase kulethwa kuye onamadimoni, eyimpumputhe futhi eyisimungulu; wamphulukisa, waze wabona, wakhuluma lo obeyisimungulu.
Uma Mina ngikhipha amadimoni ngoBhelzebhule, amadodana enu awakhipha ngobani na? Ngakho-ke yiwona ayakuba ngabehluleli benu.
Nezazimthetho ezazehlile zivela eJerusalema, zathi: “UnoBhelzebhule, ukhipha amadimoni ngombusi wamadimoni.”
Kepha abanye babo bathi: “Ukhipha amadimoni ngoBhelzebhule, umbusi wamadimoni.”
Ngokuba yilowo nalowo owenza okubi, uyakuzonda ukukhanya; akezi ekukhunyeni, funa imisebenzi yakhe idaluleke.