Bhekani, isisu sami sifana newayini elingakavulwa, njengezimvaba zewayini ezintsha, zilungele ukuqhuma.
Mathewu 9:17 - IsiZulu 2020 Newayini elisha alithelwa ezimvabeni ezindala, funa izimvaba zidabuke, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale. Kepha iwayini elisha balithela ezimvabeni ezintsha, kokubili kulondeke.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Akuthelwa futhi iwayini elisha ezimvabeni ezindala, funa izimvaba ziqhume, newayini lichitheke, nezimvaba zonakale. Kodwa iwayini elisha balithela ezimvabeni ezintsha, kulondeke kokubili.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kanjalo kabatheli iwayini elitsha ezimvabeni ezindala; funa izimvaba ziyaphuka, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale; Contemporary Zulu Bible 2024 Kanjalo kabatheli iwayini elitsha ezimvabeni ezindala; funa izimvaba ziyaphuka, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale; |
Bhekani, isisu sami sifana newayini elingakavulwa, njengezimvaba zewayini ezintsha, zilungele ukuqhuma.
Akekho ochibiyela ngendwangu entsha engutsheni endala, ngokuba isichibi sizoyiklebhuka ingubo endala, bese imbobo yanda kakhulu.
Esakhuluma lokho kubo; kwafika umphathi othile, wakhuleka kuye, wathi: “Indodakazi yami isanda kufa khona manje, kodwa woza, ubeke isandla sakho phezu kwayo, izakuphila.”
Akekho futhi othela iwayini elisha ezimvabeni ezindala, funa liqhumise izimvaba, bese kuchitheka iwayini, nezimvaba ziqhekezeke. Kepha iwayini elisha lithelwa ezimvabeni ezintsha.”
Akukho muntu futhi othela iwayini elisha ezimvabeni ezindala, funa iwayini elisha lidabule izimvaba, lichitheke, bese konakala nezimvaba.
nazo zenza ubuqili. Zahamba zayozihlinzeka ngemiphako, zase zithatha amasaka agugile zawabeka phezu kwezimbongolo zazo, nezimvaba ezigugile nezidabukileyo ezase zichitshiyelwe.