“Wena ohluphekayo, ohlukunyeziwe, ongaduduzwanga, bheka, ngizokufaka amatshe esiliva, izisekelo zakho zibe ngamasafire.
Mathewu 8:24 - IsiZulu 2020 Nakho-ke sekuvuka isiphepho esikhulu olwandle, isikebhe saze sambozwa ngamagagasi, kodwa uJesu wayelele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka, kwavuka isiphepho esikhulu elwandle, umkhumbi waze wagujuzelwa ngamaza; kepha yena wayelele. Baasraak Zulu New Testament Bible Bheka, kwavuka isiphepho esikhulu elwandle, kangangokuthi umkhumbi wagutyungelwa amagagasi, kodwa yena wayelele. Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, kwavuka isiphepho esikhulu elwandle, kangangokuthi umkhumbi wagutyungelwa amagagasi, kodwa yena wayelele. |
“Wena ohluphekayo, ohlukunyeziwe, ongaduduzwanga, bheka, ngizokufaka amatshe esiliva, izisekelo zakho zibe ngamasafire.
Izintaba zikubona qede ziyobayobe; isikhukhula siyadlula; izinzulu zizwakalise ukuhlokoma kwazo, ziphakamisele phezulu izandla zazo.
Besagwedla, bewelela ngaphesheya ngesikebhe, uJesu wazunywa ngubuthongo, walala. Kwase kuhlasela isivunguvungu somoya olwandle, isikebhe sagcwala amanzi, baze baba sengozini.
Kepha ngiyathokoza ngenxa yenu ngokuthi bengingekho lapho, ukuze nikholwe, kodwa masihambe siye kuye.”