Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: “Laba bantu bathi: ‘Asikafiki isikhathi sokuba kwakhiwe kabusha indlu kaSimakade.’ ”
Mathewu 8:21 - IsiZulu 2020 Kepha omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Nkosi, ngivumele ngihambe ngiyombela ubaba kuqala.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Nkosi, ngivumele ngiye kuqala ukuyakummbela ubaba.” Baasraak Zulu New Testament Bible Omunye wabafundi bakhe wathi kuye: Nkosi, ngivumele ngiqale ngiyengcwaba ubaba. Contemporary Zulu Bible 2024 Omunye wabafundi bakhe wathi kuye: Nkosi, ngivumele ngiqale ngiyengcwaba ubaba. |
Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: “Laba bantu bathi: ‘Asikafiki isikhathi sokuba kwakhiwe kabusha indlu kaSimakade.’ ”
Yilowo nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amazwe ngenxa yegama lami, uyakwemukeliswa okuphindwe kayikhulu, adle ifa lokuphila okuphakade.
UJesu wayesethi kuso: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke, kodwa iNdodana yomuntu kayinandawo lapho ingacamelisa khona ikhanda.”
Kanjalo thina kusukela manje, asisazi muntu ngokwenyama; nakuba besimazi uKhristu ngokwenyama, nokho manje asisamazi.