lowo Ezra wasuka eBhabhele waya eJerusalema. Wayengumbhali onekhono emthethweni kaMose ayewunikwe nguSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli; inkosi yamnika konke akucelayo, ngokuba isandla sikaSimakade uNkulunkulu wakhe sasinaye.
Mathewu 8:19 - IsiZulu 2020 Esinye isazimthetho seza kuye, sathi: “Mfundisi, ngizakukulandela, nomaphi lapho uya khona.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwase kufika umbhali, wathi kuye: “Mfundisi, ngizakukulandela, noma uya ngaphi.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kwasekusiza umbhali othile wathi kuye: Mfundisi, ngizakulandela loba ngaphi lapho oya khona. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwasekusiza umbhali othile wathi kuye: Mfundisi, ngizakulandela loba ngaphi lapho oya khona. |
lowo Ezra wasuka eBhabhele waya eJerusalema. Wayengumbhali onekhono emthethweni kaMose ayewunikwe nguSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli; inkosi yamnika konke akucelayo, ngokuba isandla sikaSimakade uNkulunkulu wakhe sasinaye.
Kanjalo-ke yilowo nalowo kini ongakudeli konke anakho, ngeke abe ngumfundi wami.
Siphelelephi isazi na? Sikuphi isazimthetho na? Uphi oqophisana ngamazwi wakulesi sikhathi na? UNkulunkulu akakwenzanga yini kwaba wubuwula ukuhlakanipha kwakuleli lizwe na?
Mhlawumbe kungenzeka ngihlale nani isikhathi esithile, noma kuze kwedlule ubusika, ukuze ningiqhube ohambeni lwami noma kuphi lapho ngiya khona.