Wabacindezela abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni masinyane, bamendulele, baye ngaphesheya, ukuze ahlakaze izixuku.
Mathewu 8:18 - IsiZulu 2020 UJesu ebona isixuku simzungezile, wayala ukuba kuwelelwe ngaphesheya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi uJesu ebona isixuku simhaqile, wayala ukuba kuwelelwe ngaphesheya. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi uJesu ebona izixuku ezinkulu zimphahlile, walaya ukuthi baye phesheya. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uJesu ebona izixuku ezinkulu zimphahlile, walaya ukuthi baye phesheya. |
Wabacindezela abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni masinyane, bamendulele, baye ngaphesheya, ukuze ahlakaze izixuku.
Kuthe uJesu esewelele ngaphesheya futhi ngesikebhe, kwabuthana izindimbane zabantu kuye, engasolwandle.
UJesu wayesephoqa ngokushesha abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni, bamandulele ukuya phesheya eBhethsayida, aze yena ahlakaze isixuku.
Kwathi ngolunye usuku uJesu wagibela esikebheni nabafundi bakhe, wayesethi kubo: “Ake siwelele ngaphesheya kolwandle.” Basuka-ke.
Ngakho-ke uJesu azi ukuthi bazakuza, bambambe, ukuze bambeke abe yinkosi, wathi nyelele, futhi waya yedwa entabeni.