Mathewu 7:4 - IsiZulu 2020 Ungasho kanjani kumfowenu uthi: ‘Ake ngikhiphe uthi olusesweni lakho;’ kube kukhona ugongolo kwelakho iso na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana olusesweni lakho;’ bheka, ugongolo lusesweni lakho. Baasraak Zulu New Testament Bible Noma ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana esweni lakho; bheka, kukhona ugongolo kwelakho iso na? Contemporary Zulu Bible 2024 Noma ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana esweni lakho; bheka, kukhona ugongolo kwelakho iso na? |
Baholi abayizimpumputhe, nikhetha impukane kwenikuphuzayo, kodwa ningwinye ikameli.
“Kungani ubona uthi olusesweni lomfowenu, kepha ube ungaluboni ugongolo olusesweni lakho na?
Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo olusesweni lakho, yikhona-ke uzakubonisisa kahle ukuze ukhiphe uthi olusesweni lomfowenu.
Ungasho kanjani kumfowenu uthi: ‘Mfowethu, ake ngikhiphe uthi olusesweni lakho,’ ube wena ungaluboni ugongolo olukwelakho iso na? Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo olusesweni lakho, khona uzakubonisisa uthi olusesweni lomfowenu ukuze ulukhiphe.