Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kangakanani-ke ukuba uYihlo osezulwini abaphe okuhle labo abacelayo kuye!
Mathewu 7:10 - IsiZulu 2020 noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? Baasraak Zulu New Testament Bible Noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? Contemporary Zulu Bible 2024 Noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? |
Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kangakanani-ke ukuba uYihlo osezulwini abaphe okuhle labo abacelayo kuye!
“Ngumuphi umuntu kini ongathi, uma indodana yakhe icela isinkwa, ayinike itshe,
Njengalokhu uMose wayiphakamisa inyoka ehlane, kanjalo neNdodana yomuntu imele ukuphakanyiswa,
Kepha nginovalo ukuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu mhlawumbe zedukiswe, ziyeke ubuqotho nobumhlophe kuKhristu.