Kepha Mina ngithi kini: ningamelani nokubi, kodwa uma umuntu ekumukula esihlathini sokunene, mphendulele nesinye.
Mathewu 5:40 - IsiZulu 2020 Nofuna ukukumangalela, akwemuke ingubo, mnike nejazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nofuna ukukumangalela, akwamuke ingubo, mnike nejazi. Baasraak Zulu New Testament Bible Uma umuntu ethanda ukukumangalela, akuphuce ingubo yakho, myeke athathe nesambatho sakho; Contemporary Zulu Bible 2024 Uma umuntu ethanda ukukumangalela, akuphuce ingubo yakho, myeke athathe nesambatho sakho; |
Kepha Mina ngithi kini: ningamelani nokubi, kodwa uma umuntu ekumukula esihlathini sokunene, mphendulele nesinye.
Lowo okushaya esihlathini, mnike nesinye, nokwaphuca ingubo, ungamnqabeli nebhantshi.
Empeleni kwakhona nje ukuthi niyamangalelana kukhombisa ukuthi niyizehluleki. Kungebe ngcono ngani ukuba kwenziwe okubi kini na? Kungebe ngcono ngani ukuba nani niqolwe na?
Kepha uma umuntu ecabanga ukuthi wenza okungafanele entombini eyingoduso yakhe, uma isikhulile, makenze akubonayo, mabaganane uma kufanele ukuba kwenziwe kanjalo; akoni ngalokho.