Mathewu 5:2 - IsiZulu 2020 Wayesevula umlomo, waqala ukubafundisa, ethi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesevula umlomo wakhe, wabafundisa wathi: Baasraak Zulu New Testament Bible Wasevula umlomo wakhe, wabafundisa, wathi: Contemporary Zulu Bible 2024 Wasevula umlomo wakhe, wabafundisa, wathi: |
Lalelani izinto ezinkulu engizikhulumayo; amazwi aphuma ezindebeni zomlomo wami angubuqotho,
ukuze kugcwaliseke okwashiwo ngomphrofethi ukuthi: “Ngizakuvula umlomo wami, ngikhulume ngemizekeliso. Ngikhulume izinto ezifihlakeleyo, selokhu kwasekelwa umhlaba.”
Kwathi uJesu ebona izixuku, wenyukela entabeni; esehlezi phansi, abafundi bakhe beza kuye.
UPhethro wayesethatha ekhuluma, ethi: “Impela kuyangicacela ukuthi uNkulunkulu akabheki ubuso bomuntu,
Kuthe uPawula esathi nje uvula umlomo, uGaliyu wathi kubaJuda: “Nina baJuda ndini, ukuba bekuyicala noma ubugebengu obubi, bekufanele nginibekezelele,
ninginxusele nami ukuba ngiphiwe izwi nxa ngivula umlomo wami, ngize ngiyishumayele ngesibindi imfihlakalo yevangeli;