U-Elisha wabuyela emuva, wathatha izinkabi ezimbili, wazihlaba, wapheka inyama yazo ngamajoka ezinkabi. Wanika abantu, badla. Wayesesuka walandela u-Eliya, waba yisikhonzi sakhe.
Mathewu 4:20 - IsiZulu 2020 Bashiya amanetha abo ngokushesha, bamlandela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela. Baasraak Zulu New Testament Bible Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela. Contemporary Zulu Bible 2024 Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela. |
U-Elisha wabuyela emuva, wathatha izinkabi ezimbili, wazihlaba, wapheka inyama yazo ngamajoka ezinkabi. Wanika abantu, badla. Wayesesuka walandela u-Eliya, waba yisikhonzi sakhe.
“Othanda uyise nonina kunami, akangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami, akangifanele;
UPhethro wayesethi kuye: “Thina sishiye konke, sakulandela. Pho uyini umvuzo wethu na?”
Esedlulele phambili, wahlangana nezelamani ezimbili, uJakobe kaZebedewu noJohane umfowabo, besesikebheni noyise uZebedewu, belungisa amanetha abo; wababiza.
Kuthe izikebhe sebezisondeze emhlabathini, bashiya phansi konke, bamlandela uJesu.
ukuba iNdodana yakhe ayambule kimi, ukuze ngishumayele ivangeli lakhe kwabezizwe, angizange ngibuze muntu ngaleso sikhathi.