Kepha esezwile ukuthi sekubusa u-Arikhelawusi, indodana kaHerode, eJudiya, wesaba ukuya khona. Esexwayisiwe ngephupho, waya eGalile.
Mathewu 3:13 - IsiZulu 2020 Kwafika uJesu evela eGalile, weza kuJohane eJordani ukuze abhabhadiswe nguye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona uJesu evela eGalile wafika kuJohane eJordani ukuba azobhapathizwa nguye. Baasraak Zulu New Testament Bible Khona uJesu wafika eJordani evela eGalile kuJohane ukuba abhapathizwe nguye. Contemporary Zulu Bible 2024 Khona uJesu wafika eJordani evela eGalile kuJohane ukuba abhapathizwe nguye. |
Kepha esezwile ukuthi sekubusa u-Arikhelawusi, indodana kaHerode, eJudiya, wesaba ukuya khona. Esexwayisiwe ngephupho, waya eGalile.
Kepha uJohane wazama ukumenqabela, ethi: “Yimi engidinga ukubhabhadiswa nguwe, kepha Wena uza kimi na?”
Nami bengingamazi, kodwa ukuze abonakaliswe ku-Israyeli, ngizile, ngibhabhadisa ngamanzi.”