Uyobhubhisa kule ntaba isembozo esemboze bonke abantu, nomgubuzelo ogubuzele zonke izizwe.
Mathewu 27:59 - IsiZulu 2020 UJosefa wasithatha isidumbu, wasisonga ngendwangu yelineni enhle ehlanzekileyo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJosefa wasithatha isidumbu, wasisonga ngendwangu enhle ehlanzekileyo, Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi uJosefa esesithathile isidumbu, wasisonga ngendwangu yelineni ehlanzekileyo. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uJosefa esesithathile isidumbu, wasisonga ngendwangu yelineni ehlanzekileyo. |
Uyobhubhisa kule ntaba isembozo esemboze bonke abantu, nomgubuzelo ogubuzele zonke izizwe.
wasibeka ethuneni lakhe elisha ayeliqophe edwaleni; wagingqela itshe elikhulu emnyango wethuna, wahamba.
UJosefa wathenga indwangu yelineni, wamethula, wamsonga ngayo, wambeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, wagingqela itshe emnyango wethuna.
Yasehlisa, yasisonga ngendwangu enhle, yasibeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, lapho kungakabekwa muntu khona.