Mathewu 27:15 - IsiZulu 2020 Kwakuthi njalo ngomkhosi, umbusi akhululele isixuku isiboshwa sibe sinye esisithandayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ngomkhosi umbusi wayejwayele ukukhululela isixuku isiboshwa sibe sinye esasisithanda. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngomkhosi umbusi wayejwayele ukukhululela isixuku isiboshwa, esisithandayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngomkhosi umbusi wayejwayele ukukhululela isixuku isiboshwa, esisithandayo. |
Kepha uPhethro wayemi ngaphandle kwesango. Waphuma lowo mfundi owayaziwa ngumphristi omkhulu, wakhuluma nentombazane engumlindimnyango, yayisimngenisa uPhethro.
Kepha sekuphele iminyaka emibili, isikhundla sikaFelikisi sathathwa nguPhorkiyu Festu, kodwa yena efuna ukuthokozisa abaJuda wamshiya uPawula eboshiwe ejele.
Kepha uFestu ethanda ukubongwa ngabaJuda, wamphendula uPawula, wathi: “Uyathanda yini ukwenyukela eJerusalema, wehlulelwe khona phambi kwami ngalezi zinto, na?”