Kepha uGehazi, inceku ka-Elisha, umuntu kaNkulunkulu, wathi: “Bheka, inkosi yami imyekile uNahamani, lo wase-Aramu, ngokungemukeli ezandleni zakhe akulethayo; ngifunga ngiyagomela kuSimakade, ngiyakugijima, ngimlandele, ngithathe noma yini kuye.”
Mathewu 26:9 - IsiZulu 2020 Ngokuba ngabe kuthengisiwe ngenani eliphezulu, kwaphiwa abampofu.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba lokho nga kuthengisiwe ngokukhulu, kwaphiwa abampofu.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba lawa mafutha abengathengiswa ngemali enkulu, kuphiwe abampofu. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba lawa mafutha abengathengiswa ngemali enkulu, kuphiwe abampofu. |
Kepha uGehazi, inceku ka-Elisha, umuntu kaNkulunkulu, wathi: “Bheka, inkosi yami imyekile uNahamani, lo wase-Aramu, ngokungemukeli ezandleni zakhe akulethayo; ngifunga ngiyagomela kuSimakade, ngiyakugijima, ngimlandele, ngithathe noma yini kuye.”
Kepha uJesu ekwazi ababekusho, wathi kubo: “Nimhluphelani lo wesifazane na? Ngokuba wenze umsebenzi omuhle kimi.
Kepha abafundi bakhe bekubona lokho, bathukuthela, bathi: “Kumoselwani lokhu na?
Ngokuba lawa mafutha ngabe athengisiwe ngodaneriyu abangaphezu kwama-300, kwaphiwa abampofu.” Base bemthukuthelela owesifazane.
Bashiye indlela eqondileyo, baduka, balandela indlela kaBhalamu indodana kaBheyori owayethanda umvuzo ongalungile.
Kepha abantu bathatha empangweni izimvu, nezinkomo, okuhle kokuqalekisiweyo, khona bezohlabela uSimakade uNkulunkulu wabo eGiligali.”
Kodwa uSawule nabantu abambulalanga u-Agagi kanye nempahla yekhethelo; izimvu, izinkabi, amawundlu nakho konke okuhle. Konke okudelelekileyo nokondileyo bakubhubhisa.