Niyoligcina kuze kube lusuku lweshumi nane lwayo le nyanga, bese kuthi wonke umphakathi wakwa-Israyeli uhlabe amawundlu phakathi kwamabili.
Mathewu 26:17 - IsiZulu 2020 Kwathi ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo, abafundi baya kuJesu, bathi: “Uthanda ukuba sikulungisele kuphi ukuba udle iPhasika na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi: “Uthanda ukuba sikulungiselephi ukuba udle iphasika na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi ngosuku lokuqala lomkhosi wesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi kuye: “Uthanda ukuba sikulungisele ngaphi ukuba udle iphasika na? Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ngosuku lokuqala lomkhosi wesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi kuye: “Uthanda ukuba sikulungisele ngaphi ukuba udle iphasika na? |
Niyoligcina kuze kube lusuku lweshumi nane lwayo le nyanga, bese kuthi wonke umphakathi wakwa-Israyeli uhlabe amawundlu phakathi kwamabili.
UJesu waphendula, wathi kuye: “Vuma manje, ngokuba kusifanele ukugcwalisa kanjalo ukulunga konke.” Ngakho-ke wamvumela.