Abazanga; kwaze kwafika uzamcolo wabakhukhula bonke; kuyakuba njalo nokufika kweNdodana yomuntu.
Mathewu 24:40 - IsiZulu 2020 Kuyakuba khona ababili ensimini; omunye athathwe, omunye ashiywe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona-ke kuyakuba khona ababili ensimini, omunye athathwe, omunye ashiywe; Baasraak Zulu New Testament Bible Khona ababili bayakuba sensimini; omunye athathwe, omunye ashiywe. Contemporary Zulu Bible 2024 Khona ababili bayakuba sensimini; omunye athathwe, omunye ashiywe. |
Abazanga; kwaze kwafika uzamcolo wabakhukhula bonke; kuyakuba njalo nokufika kweNdodana yomuntu.
Ngubani okwenze waba ngcono kunabanye wena na? Yini onayo ongayiphiwanga na? Uma-ke uyiphiwe, pho kungani uzigabisa kube sengathi awuyamukeliswanga na?
engawuyekanga nomhlaba wasemandulo, kodwa walondoloza uNowa, ummemezeli wokulunga, owayengowesishiyagalombili emkhunjini, mhla ehlisa uzamcolo emhlabeni walabo ababengamesabi uNkulunkulu.