“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.
Mathewu 24:25 - IsiZulu 2020 Niyabona-ke, nginitshele kungakenzeki lokho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bhekani, senginitshelile ngaphambili. Baasraak Zulu New Testament Bible Bhekani, nginitshelile ngaphambili. Contemporary Zulu Bible 2024 Bhekani, nginitshelile ngaphambili. |
“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.
Ngokuba kuyakuvela okhristu mbumbulu nabaphrofethi bamanga. Bayakuveza izibonakaliso ezinkulu nezimangaliso, ukuze badukise, uma kungenzeka, abakhethiweyo.
“Ngakho-ke uma bethi kini: ‘Nango usehlane,’ ningayi lapho; noma bethi: ‘Nangu, usendlini,’ ningabakholwa.
Bengishilo ngaphambilini ngesikhathi ngifikile okwesibili, namanje njengalokhu ngingekho, kulabo abekade bonile nakubo bonke abanye, ukuthi nxa ngifika futhi, angiyukuba nasihawu.