Mathewu 23:10 - IsiZulu 2020 Futhi ningabizwa ngokuthi ningabaholi, ngokuba munye umholi wenu, nguKhristu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Futhi ningabizwa ngokuthi abaholi; ngokuba munye umholi wenu, uKristu. Baasraak Zulu New Testament Bible Futhi ningabizwa ngokuthi abefundisi, ngokuba munye uMfundisi wenu, uKristu. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi ningabizwa ngokuthi abefundisi, ngokuba munye uMfundisi wenu, uKristu. |
“Kepha-ke nina maningabizwa ngokuthi: ‘Rabi,’ ngokuba munye umfundisi wenu, nina nonke ningabazalwane.
Wathi: “Hambani niye emzini, kumuntu othile, nithi kuye: ‘Uthi uMfundisi: Isikhathi sami sesiseduze; ngizakwenza iPhasika kwakho nabafundi bami.’ ”