Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Mathewu 22:22 - IsiZulu 2020

Sebekuzwile lokho bamangala, base bemshiya, bahamba.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Sebezwile lokho bamangala, bamshiya, bamuka.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Sebezwile lawo mazwi bamangala, bamshiya, bahamba.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Sebezwile lawo mazwi bamangala, bamshiya, bahamba.

Uka jalj uñjjattʼäta



Mathewu 22:22
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


Kwathi izixuku sezikuzwile lokho, zamangala ngemfundiso yakhe.


Akukho namunye owaba nezwi lokumphendula. Kusukela ngalolo lusuku, akukho muntu owaba nesibindi sokumbuza lutho.


UJesu ekuzwa lokhu wamangala, wayesethi kwababemlandela: “Ngiqinisile ngithi kini: angikaze ngikufumane kumuntu ukukholwa okungaka kwa-Israyeli.


Base beceba ukumbamba, kodwa besaba isixuku, ngokuba babazi ukuthi ukhulume ngalowo mzekeliso ewuqondise kubo. Base bemshiya, bahamba.


ngokuba Mina ngiyakunifunza amazwi nokuhlakanipha abangayukwazi ukumelana nakho noma baphikisane nakho bonke labo abalwa nani.


Kepha abakwazanga ukumelana nokuhlakanipha noMoya ayekhuluma ngakho.


Ukukhuluma kwenu makube nomusa njalo, kuyoliswe ngosawoti, ukuze nazi enifanele ukubaphendula ngakho bonke abantu.