Kwathi lapho eseqedile uJeremiya ukukhuluma konke uSimakade ayemyale ngakho ukuba akusho kubo bonke abantu; abaphristi, abaphrofethi, nabantu bonke, bambamba, bathi: “Uzokufa nokufa.
Mathewu 21:36 - IsiZulu 2020 Waphinda wathumela ezinye izinceku eziningi kunezakuqala. Nakulezo benza okufanayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphinda wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala; benze njalo nakulezo. Baasraak Zulu New Testament Bible abuye wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala, benze njalo nakuzo. Contemporary Zulu Bible 2024 Abuye wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala, benze njalo nakuzo. |
Kwathi lapho eseqedile uJeremiya ukukhuluma konke uSimakade ayemyale ngakho ukuba akusho kubo bonke abantu; abaphristi, abaphrofethi, nabantu bonke, bambamba, bathi: “Uzokufa nokufa.
“Abalimi bazibamba izinceku zakhe, enye bayishaya, enye bayibulala, enye bayikhanda ngamatshe.
Ekugcineni wathumela kubo indodana yakhe, ethi: ‘Bazakuyihlonipha indodana yami.’
“Wabuye wathumela ezinye izinceku, wathi: ‘Tshelani abamenyiweyo, nithi: sengilungise ukudla kwami; izinkabi zami nezinkomo zami ezikhulupheleyo sezihlatshiwe; konke sekulungile, wozani emshadweni.’ ”