Mathewu 21:14 - IsiZulu 2020 Kwase kufika kuye izimpumputhe, nezinyonga esesethempelini, waziphulukisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwase kufika kuye izimpumputhe nezinyonga ethempelini, waziphulukisa. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwase kufika kuye izimpumputhe nezinyonga ethempelini; wasebasilisa. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwase kufika kuye izimpumputhe nezinyonga ethempelini; wasebasilisa. |
Kepha abaphristi abakhulu nezazimthetho, sebezibonile izimangaliso ayezenza, nabantwana bememeza ethempelini, bethi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide,” bacasuka,
Walihamba lonke iGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephilisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.
UJesu wahamba imizi yonke nemizana efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa bonke abanezifo ezahlukene, nokugula konke.
Lelo lizwi lalithi: uNkulunkulu wamgcoba uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamadla, owahamba enza okuhle, ephilisa bonke ababephansi kwamandla kaSathane, ngokuba uNkulunkulu wayenaye.