Kepha kuthe sekusondela ezokuqala, zacabanga ukuthi zizokwemukela okukhulu, kodwa nazo zaholelwa udenariyu, umuntu ngamunye.
Mathewu 20:9 - IsiZulu 2020 “Kuthe lapho zifika ebeziqashwe ngehora le-11, kwaba yileso naleso sahola udenariyu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kuthe befika abehora leshumi nanye, kwaba yilowo nalowo wamukela udenariyu.* Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi befika abaqashiwe ngehora leshumi nanye, bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyu. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi befika abaqashiwe ngehora leshumi nanye, bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyu. |
Kepha kuthe sekusondela ezokuqala, zacabanga ukuthi zizokwemukela okukhulu, kodwa nazo zaholelwa udenariyu, umuntu ngamunye.
“Kusihlwa, umninisivini wathi enduneni yakhe: ‘Biza izisebenzi, uziholele imali yazo, uqale ngezokugcina, ugcine ngezokuqala.’