Impela mazingafi ngamvunye, abalungileyo nababi. Makube kude nawe ukwenza into efana naleyo. UMehluleli womhlaba wonke angakwenza kanjani okungalungile na?”
Mathewu 20:13 - IsiZulu 2020 “Kepha waphendula wathi komunye wabo: ‘Mngani, angikuqoli; kanti asivumelananga yini ngodenariyu na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Waphendula, wathi komunye wabo: ‘Mngane, angikoni; kanti asivumelananga ngodenariyu* na? Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa waphendula wathi komunye wabo: Mngane, angikoni; Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa waphendula wathi komunye wabo: Mngane, angikoni; |
Impela mazingafi ngamvunye, abalungileyo nababi. Makube kude nawe ukwenza into efana naleyo. UMehluleli womhlaba wonke angakwenza kanjani okungalungile na?”
“Ucabanga ukuthi lokhu kulungile yini na? Uthi: ‘Mina ngilungile phambi kukaNkulunkulu,’
Uyakuchitha yini ukwehlulela kwami, ungilahla ngecala ukuze wena ube ngolungileyo na?
Thatha okungokwakho, uhambe; kepha ngiyathanda ukumholela nalo wokugcina njengokuba ngikuholele nawe.
Yathi kuye: ‘Mngani, ungene kanjani lapha ungayembethe ingubo yomshado na?’ Kepha akaphendulanga.
UJesu wayesethi kuye: “Mngani, yenza lokho oze ngakho.” Base besondela, bambamba uJesu.
Maye, muntu ndini! Ungubani-ke wena ukuba uqagulisane noNkulunkulu na? Okubunjiweyo kungasho yini kumbumbi ukuthi: “Wangenzelani ngaba njena na?”